Imibono | 15

Friday, 04 April 2025

Imibono

Odabeni oluphume kwiLANGA izolo ngoLwesine oluthi:

Kuphelile ngeRoyal AM exoshwe yi-PSL
baphawule kanje abafundi bethu:

Image

     NGUSHAUWN Mkhize obengumnikazi weRoyal AM.       

01


Nhlakanipho Macozoma Ndlovu: 

EISH uMpisane wayenalo uthando lwebhola, mhlambe ngabe wayinqanda yonke le nto.

02


Mondise Sithole:

KUSAZOGIJINYISWANA ezinkantolo lapha.

03


Msah Hlengwa:

UPHI uSomizi umngani wakho enanimbatha naye ingubo eyodwa?.

04


Senzo R Zikhali::

NGUMANTO Madlala wonke lona.

05


Zama Hlengwa:

UYABONA uma kuthiwa umfazi uyayidinga indoda, kusuke kushiwo into enje. Lo mama wake wabukisa ngeKaizer Chiefs, epha abadlali amabhonasi egroundini. Ukube wayenobaba wekhaya, wayeyomkhuza ukuthi akwenziwa lokhu.

06


Cebisile Mapholoba Mapholoba: 

IMALI iyamgeza umuntu, kuphi la 🤦.

07


Nathi Cele:

KONA bese kuphoqa ukuthi iPSL isithathe lesi sinqumo.
Akujabulisi-ke ukuxoshwa kweqembu laseKZN, kodwa ngenxa yokuphazamiseka kwemidlalo yisinqumo esamukelekayo. Ama-team athola amaphuzu kuRoyal AM azophucwa futhi alikho iqembu elizoba ne-advantage kunamanye. Ngakho abalandeli abehlise imimoya.

08


Nathi Cele:

OKUNYE okungase kwenzeke uma kuphela i-season, iqembu elizolala emsileni, kungenzeka lingagawulwa yizembe, kodwa liye straight kuma-play offs. Nokungaba yinto enhle emaqenjini avika izembe kwi-PSL.

09


Allec Chiliza:

UKUPHAPHA akuhlangani nebhola.

10


Sifiso Martin:

MANJE ama-points asele azokwenziwa njani?.

11


Teboho Malume Tebza Tsotetsi::

AWU ngeqembu lika-panties down madoda 😂😂🤣🤣🤣.