Imibono | 12

Friday, 28 February 2025

Image

ODABENI ESIBIKE NGALO OLUTHI: ICHIEFS IZOLWELA UKUPHENDULA AMATAFULA BAPHAWULE KANJE ABAFUNDI

Ngumdlali weKaizer Chiefs uGeorge Matlou.

Imibono

• Bhazuka Dlamini: AKUKHO Nabi washaya iDowns la, iChiefs inabo abadlali manje ishoda ngo-coach. 

Mthandeni Duma: AMATAFULA maphi njengoba ziyi 4X4 nje, nakomakhelwane zikhala nxazonke noma bafuna ukuyivuma nxa seyithe xaxa induku... Ngingumlandeli weKhosi kodwa lena cha phinde ngiyala soze. 

• Simphiwe Shumi
Mchunu: NGIBUKA sengathi nakuleSeason iKaizer Chiefs ngeke ingene kuTop8. 

• Zenzele Msetho Zulu:
NIYITSHELE uma iqeda ematafuleni lawo ize kwi ☠️ Pirates.

Robs Mfokazinja Ziyamkhonkotha Mthembu: INGAWAPHENDULA futhi.

Banetsie Mkhize: KAZI ayewiswe ubani lawo matafula sebehluleka ukuwavusa bewu 11, nathi singabalandeli sibasaphotha ngodli......😂🤣😂🤣😂abawavuse bangadlali ngathi🤣😂🤣😂🤣. 

Zmunciwe Shusha: AYIKHO leyonto , ilwela ukungaphendukelwa ngamatafula.


Image

Imibono

ODABENI OLUTHI: UHLALELE OVALWENI  UNINA KATAMARA WE-TIK TOK, BAPHAWULE KANJE ABAFUNDI

• Bukelani Shezi: UTAMARA useyafana noMkhwanazi, bazondwa zigebengu kuphela.

• Smanga SikaJehova Mgazi: NATHI singabantu besilisa siyakubona lokho kuthi akaphephile kule gender, kodwa-ke sizolwa konqamuka izandla.

• Lindani Magwaza: SIPHILA kwelinye izwe, yini nje engenza impilo yomuntu ukuthi ibe sengcupheni kule nto ekhulunywa yile ntombazane? Kukhombisa ngokusobala ukuthi abanye abantu besifazane bengenza noma yini ukuze bazizwe bejabule.

• Bayander Munkier Mzilikazi: UKHATHAZWA yini umndeni kaValue 🙄🚶🚶🚶

• Phiwa Nomfundo Mngomezulu: NGOBA iqiniso uyalifela emhlabeni

Thandeka Pretty Jali: Kanjani manje, ziphi izigora ezathi zizoyeka umsebenzini ziyomvikela?

• Nozipho Nozipho: UBENZANI yena, angithi ubefuna ukubukwa?