Izindaba | 14

Friday, 14 March 2025

Image
Image

Imibono

Odabeni oluphume kwiLANGA, ngoLwesine oluthi:

Inyanga edumile ecaleni locansi baphawule kanje abafundi bethu
kwiFacebook:

01


Skhumbuzo M'fesi Ngema:

EWU yazifaka enyakanyakeni leyo nyanga!

02


Sihle SG Xaba:

IYAGANGA inyanga ngokusebenzisa isankahlu ukuze ithole ucansi. 

03


Skhumbuzo SK Mtshali:

BESE kungesani isankahlu ngoba phela laba bathi bafaka umuthi nge 🍆 bavume-ke nabakhohlisekayo. 😡

04


Makwande Spha Khumalo:

FOR sure ngeyase Thekwini le nyanga nakanjani, futhi ngingabheja ngomfazi.

05


Mnesh Khumalo:

AKUYONA inyanga yeqiniso le, osgujana ababonwa uBhaka.

06


Nkosikhona Ndlela:

AYINAGAMA yini leyo nyanga?

07


Stingy Woman Association:

INYOKA yabo ifuna ucansi njalo...

08


Malambule Zisiphe:

UBANI osetholile .... sesiyazi ngesankahlu ... sifuna igama ...