Pssssst
AWU ntombi yakoMageba qoma ntombi angiganiwe! Lesi siphalaphala ngunozipho Zulu ongusomabhizinisi. Uyaziqhenya ngomzimba wakhe njengoba ehlala ekhuthaza abesifazane abenika namacebo okuba baqhakaze njengaye.