Izindaba | 15

Frisday, 21 March 2025

Imibono

Odabeni oluphume ngoLwesine kwiLANGA, baphawule kanjena abafundi bethu kwiFacebook 
nge-video kaNkk Duduzile Zuma-Sambudla evela enkantolo:


Image

ET Mosia:
LO sisi akekho right, nizothi ngasho.


Magwaza Mpho:
EBESE eyeka ukuphaphela uFloyd Shivambu..le energy asiyibone nasePhalamende.


Goodman Zulu:
SENGATHI bangamvalela, khona unobhala uFloyd ezosebenza kahle.


Mpumeh Lelow Cele:
HHAYI mani, kubuye kushuthwe kanje ezinkantolo?


Thinoh Ngcobo:
HHAYI bandla kumnandi ukuba yingane yomtakabani ngoba uyazenzela nje emhlabeni.


Buti Phumoh Ngcobo:
KUSHO ukuthi nifuna ukumbona etetema.😅


MJ Zondie Luqa Mancinza:
ZIZOMKHALELA ekhululekile lona, akawazi umthetho.


PE Guy:
NGIYAQALA ukubona isiboshwa sithatha i-selfie phakathi ebhokisini lasenkantolo😀


Bhekani Zuma:
KHULULEKA dadewethu ugcwale ubhavu, ayinamazinyo le nja 🧚🏽‍♀️


Qhuzu Mofokeng: AKABOSHWE...akaboshwe..lo nontandakubukwa ongahloniphi.
Yikho nje engahlalanga emendweni.


Wonder Fakude: 
UKHONA noShivambu kulaba abasenkantolo?


0